UMQEQESHI weBafana Bafana, uHugo Broos, uqwashisa ngobumqoka bokungayiyeki ingqayizivele yethuba leBafana Bafana ...
AMAQEMBU aphethe ngokubambisana uhulumeni KwaZulu-Natal azifanise nephupho izinsongo zeMK zokuhlwitha uhulumeni wesifundazwe.
Bashaqwe oKlebe besemhlanganweni wesigungu esiphezulu ngoLwesihlanu abaholi bakamasipala waKwaNongoma okuthiwa basolwa ngenkohlakalo ethinta amathenda.
Umqeqeshi wamaBhokobhoko uRassie Erasmus usechazile ukuthi kungani enqume ukushintsha umqondo wakhe aphumuze umdlali waphambili, u-Ox Nche, abemfake eqenjini elizoqala umdlalo neWales ngoMgqibelo ...
Amaphoyisa aKwaZulu-Natal abophe abane abasolwa ngokuba ngabavukuzi abangekho semthethweni abatholwe namatshe akhipha igolide angabiza ngaphezu kuka-R3 million eNtumbane, oPhongolo ngoLwesine.
I-IFP ithi ibheke ukuthi ikhansela layo eliqokelwe kwesobumeya kuMasipala waseNdumeni, uMnuz Mcebo Mkhize (26), lidale ...
UMCULI kamaskandi uKhetha Mlotshwa odume ngelikaMaganga Thishela, uthi wayengaziboni engumculi kamaskandi kodwa ukusina ...
I-MK izosebenzisa umgubho wayo wokuhlanganisa unyaka, ozokuba seThekwini, ukugovuza abantu baKwaZulu-Natal ukuba bakhiphe ...
UCHAZWE njengesibani ebesikhanyisela wonke umhlaba, uMfundisi Mzwenkosi Ephraim Gcwensa (73), webandla lamaNazaretha ...
USIHLALO weTS Galaxy, uTim Sukazi, uveza ukuthi basayinise uKeagan Dolly (31) ngoba befuna afake isandla nasethimbeni ...
KUPHAZAMISEKE ukusebenza kuMasipala iRay Nkonyeni abasebenzi bebasela imali abayikweletwa umkhandlu. Abasebenzi bomkhandlu ...
UKUPHIKWA yimiphumela kweWales ngeke kuholele ekutheni bayithathe kancane uma sebebhekene nayo ngoMgqibelo, ngokusho ...